logo MP3
head_logo

Khuzani Intshukantshukane Скачать

main img

Khuzani

Intshukantshukane

27 Прослушиваний
04:01
Все треки Khuzani
Слушать
Скачать песню

Текст песни

Unamandla Khuba dal' ubashaya abafana
(Unamandla Khuba dal' ubashaya abafana)
Yeh, unamandla Khuba dal' ubagxoba ababhemi
(Unamandla Khuba dal' ubagxoba ababhemi)
Abanye bafun' uk'ngena (abanye bafun' ukungena abanye bafun' uk'phuma)
Yeh, bafuna ukuzw' inkunz' ebomvu uk'qhuma kwayo (wema-)
Webafana ninamanga nigaqel' inkunzi esimabala hhesimabala

Yeh! (Unamandla Khuba dal' ubagxoba ababhemi)

Bafuna ukuzw' inkunz' ebomvu uk'qhuma kwayo (wema-)
We bafana ninamanga nigaqel' inkunzi esimabala hhesimabala

Yeh! (Unamandla Khuba dal' ubagxoba ababhemi)
Yewena unamandla Bhubesi dal' ubagxoba ababhemi
(Unamandla Bhubesi dal' ubagxoba ababhemi)

Dala ngibashuka ababhemi
(Ngintshukantshukani dala ngibashuka abafana ngintshukantshukani)

Dala ngibagxoba ababhemi
(Ngintshukantshukani dala ngibashoka abafana ngintshukantshukani)

Yoh, ikhona lengan' ekad' ethandana nesgwili
(Yoh, ikhona lengan' ekad' ethandana nesgwili)

Bheka lentomb' ijwayel' amaphone ijwayel' imali
Ezinye 'jwayele nok'khishwa ziyolal' emahhotela
Thin' esingenamali esiy'nika ama Nik'naks ziyas'ncintsh' uthando

Kodwa zigwili zanamhlanje niyalon' uthando
Nihlushwa ubugwili ninemal' eningi
Yoh, ikhona lengane ekad' ethandana nesgwili
Lentomb' ijwayel' amaphone ijwayel' imali
Ezinye 'jwayele nok'khishwa ziyolal' emahhotela
Thin' esingenamali esiy'nika ama Nik'naks ziyas'ncintsh' uthando
Kodwa zigwili zanamhlanje niyalon' uthando
Nihlushwa ubugwili ninemal' eningi
Yoh, ikhona lengane ekad' ethandana nesgwili

Kodwa imali (imali) kodwa imali iyasenzela (imali iyasenzela)

Kodwa imali (imali) aw'bhek' imali iyasenzela (imali iyasenzela)
Kodwa imali (imali) awbuk' imali iyasenzela (imali iyasenzela)
Aw'buk' imali iyasenzela (imali iyasenzela)

На странице доступен трек Intshukantshukane от Khuzani. Слушайте онлайн или загрузите в один клик бесплатно на свое устройство.