logo MP3
head_logo

Blaq Major Dali (Feat. Bless The Gentleman & Dj Kap) Скачать

main img

Blaq Major

Dali (Feat. Bless The Gentleman & Dj Kap)

69 Прослушиваний
03:39
Все треки Blaq Major
Слушать
Скачать песню

Текст песни

Eh

Dali ngicel' uk'hamba nawe
Dali ngicel' uk'hamba nawe

Baby, ngiyazi, dali
Ang'buyang' ekhay' izolo ng'yazi, dali
K'danswe kwaze kwas' izolo, abantu namanga
Aw' bathi ngiyajola, abantu uyabazi
Vele banomona ngiyak'cela
Ungalalel' abantu dali
Ungakhohliswa 'abantu dali
Ngiyak'gcwala mina
Ngiyay'fela mina, ngizophila nawe mina
Ngizok'nonosa

Bafuna sihlukane dali
Bafuna sixabane lovey
Mina ngifuna wena
Mina ngithanda wena
Mina ngifuna wena eduze kwami
Bafuna sihlukane dali
Bafuna sixabane dali
Mina ngifuna wena
Mina ngithanda wena
Mina ngifuna wena eduze kwami

Dali yiyo lengoma, yiyo lengoma
Engenze ngangabuy' ekhaya
Babe asambe, asambe
Ngcono sishintsh' indawo ngoba lana njalo ziyawa
Kuhlezi kumnandi le ngoma
Ing'qhatha nawe, ing'xabanisa nawe
Ngoba mina ngithand' ubumnandi
Aw' my love
Angik'joleli futhi ang'sabaweli
Mina ngithanda wena wedwa

Bafuna sihlukane dali
Bafuna sixabane dali
Mina ngifuna wena
Mina ngithanda wena
Mina ngifuna wena eduze kwami
Bafuna sihlukane dali
Bafuna sixabane dali
Mina ngifuna wena
Mina ngithanda wena
Mina ngifuna wena eduze kwami

Dali ngicel' uk'hamba nawe
Dali ngicel' uk'hamba nawe

Bafuna sihlukane dali
Bafuna sixabane dali
Mina ngifuna wena
Mina ngithanda wena
Mina ngifuna wena eduze kwami

Dali yiyo lengoma
Yiyo lengoma
Engenze ngangabuy' ekhaya
Babe asambe, asambe
Ngcono sishintsh' indawo ngoba lana njalo ziyawa
Kuhlezi kumnandi, le ngoma
Ing'qhatha nawe, ing'xabanisa nawe
Ngoba mina ngithand' ubumnandi

На странице доступен трек Dali (Feat. Bless The Gentleman & Dj Kap) от Blaq Major. Слушайте онлайн или загрузите в один клик бесплатно на свое устройство.