logo MP3
head_logo

Blaq Diamond Qoma (Feat. Big Zulu & Siya Ntuli) Скачать

main img

Blaq Diamond

Qoma (Feat. Big Zulu & Siya Ntuli)

102 Прослушиваний
04:31
Все треки Blaq Diamond
Слушать
Скачать песню

Текст песни

Yelelele (Yeah)
Oh we mama
Sweety my lavoh, yeah

Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam')

Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')

Heh ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi
Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away (Heh)
Ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi
Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away
Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami
Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo
Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami (Ungikhumbule)
Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo

Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')

Aw', eshu ntombi, kunini ngagcin' ukuzwa umama ekhaya ekikiza? (aw' weh)
Kunini, ngagcin' uk'bona umakoti ebalen' ephithiza? (aw' weh)
Kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng'yathithiza
Awu, qoma ntombi, awu qome
Ngubo ziyabanda, ng'yak'vumel' ekhaya ushikishe (aw' yeh)
Inkomo zigcwel' isibaya (Aw' yeh)
Mina eGoli ng'dlal' utshwala (Aw' wentombi)
Kekh' oyol'vusa lelikhaya (uzizizwele mama)
Hay' ubaba uyakhala, kuthani na?
Zulu liyana le makhaya
Aw', ntamba zakithi z'lel' is'thwathwa
Aw', ntombi liyash' ikhaza
Aw' inkomo zakithi zigcwel' isibaya (aw)

(Wentombi!) Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')

Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam')
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam')

Ubongifaka ma!
Ngifake lavo!
Oh, ikhaya lami!
Ngihlala ngikhala kude, ngingedwa ekhaya lami!
Bojabul' ubaba nomama ekhaya

На странице доступен трек Qoma (Feat. Big Zulu & Siya Ntuli) от Blaq Diamond. Слушайте онлайн или загрузите в один клик бесплатно на свое устройство.